2
in association with AMAQEMBU OMHOLISWANO NEZITOKFELA Yekani ukudiphozitha imali yamalungu eqembu lomholiswano ngamalanga anengozi kakhulu (ngokwesibonelo; Ngo Msombuluko ngemva kokuphela kwenyanga) Njenge stokfela, iqembu lomholiswano noma umasingcwabane ningahlela ukuthi amalungu afake imali kwi-akhawunti yeqembu ngokuqondile kunokuba kuqoqwe uqobo lwemali kumalungu R R Qinisekisani ukuthi abantu abadiphozitha imali yeqembu noma abayikhiphayo baphelezelwa ngelinye ilungu leqembu BANK Ningahlela ukuba imali yeqembu ikhokhelwe amalungu ngendlela ye elektroniki kwi akhawunti yelungu ngalinye noma kuleyo ayikhethileyo INDLELA YOKUVIKELA IMALI YAKHO Kumabhizinisi. Kubantu ngabanye. Amaqembu Omholiswano Nezitokfela. Web: www.sabric.co.za SABRIC SABRICZA

AMAQEMBU OMHOLISWANO NEZITOKFELA INDLELA YOKUVIKELA IMALI … · Yekani ukudiphozitha imali yamalungu eqembu lomholiswano ngamalanga anengozi kakhulu (ngokwesibonelo; Ngo Msombuluko

  • Upload
    others

  • View
    3

  • Download
    0

Embed Size (px)

Citation preview

Page 1: AMAQEMBU OMHOLISWANO NEZITOKFELA INDLELA YOKUVIKELA IMALI … · Yekani ukudiphozitha imali yamalungu eqembu lomholiswano ngamalanga anengozi kakhulu (ngokwesibonelo; Ngo Msombuluko

in association with

AMAQEMBU OMHOLISWANO NEZITOKFELA

Yekani ukudiphozitha imali yamalungu eqembu

lomholiswano ngamalanga anengozi kakhulu

(ngokwesibonelo; Ngo Msombuluko ngemva

kokuphela kwenyanga)

Njenge stokfela, iqembu lomholiswano noma

umasingcwabane ningahlela ukuthi amalungu

afake imali kwi-akhawunti yeqembu

ngokuqondile kunokuba kuqoqwe uqobo

lwemali kumalungu

R R

Qinisekisani ukuthi abantu

abadiphozitha imali yeqembu

noma abayikhiphayo baphelezelwa

ngelinye ilungu leqembu

BANK

Ningahlela ukuba imali yeqembu

ikhokhelwe amalungu ngendlela

ye elektroniki kwi akhawunti yelungu

ngalinye noma kuleyo ayikhethileyo

INDLELA YOKUVIKELAIMALI YAKHOKumabhizinisi. Kubantu ngabanye.

Amaqembu Omholiswano Nezitokfela.

Web: www.sabric.co.za

SABRIC

SABRICZA

Page 2: AMAQEMBU OMHOLISWANO NEZITOKFELA INDLELA YOKUVIKELA IMALI … · Yekani ukudiphozitha imali yamalungu eqembu lomholiswano ngamalanga anengozi kakhulu (ngokwesibonelo; Ngo Msombuluko

UMUNTU NGAMUNYE AMABHIZINISI

Indlela yokugwema ukubayisisulu sokuphangwa imali

Phatha kuwena imali encane kangangokunokwenzeka

Cabanga ngezindlela ezilula zokukhokhela

ama-akhawunti akho ngendlela ye

elektroniki (buza ibhange lakho ngezinye

izindlela ezikhona)

Cabanga ngokubhanga usebenzisa umakhal’

ekhukhwini noma ukukhokha nge-internet

noma ukubhanga kuma ATM

R R

Indlela yokugwema ukuba yisisulu sokuphangwa imali

Shintsha-shintsha amalanga nezikhathi odiphozitha ngazo imali

Ungatsheli muntu lapho uya ebhange ngisho nabantu

osondelene nabo

BANK

Musa ukuqhakambisa ngemali ozoyidiphozitha njengobaume emgqeni wase bhange

Kuwukuhlakanipha ukutholaelinye igatsha eliseduzaneongaya kulona, ukuqinisekisaukuthi indlela obhanga ngayoayiqondakali kalulanoma yaziwe

Kugwemeni ukuphatha obala imigodlana, yemali noma

izikhwama ezibonisa incwadi yakho yeziliphu zokudiphozitha

Uma inani lemali oyidiphozithanjalo liya likhula njengobaibhizinisi lakho nalo liya likhula, cabangela ukusebenzisa inkampani ephatha futhi ithuthe imali

Yekani ukuhamba ngemotoebhalwe amagama enkampani lapho niya ebhange ‘ngosuku lokuhola’ olwaziwayo

Yekani ukuholela abasebenzibezinkontilaka noma abesikhashana

obala emehlweni omphakathi, kunalokho sebenzisani ama-akhawunti

okwamukela umholoangatholakala ebhange lenu

Cabangela ukuhlela ukuholela abasebenzi bezinkontilaka nabesikhashana ngendlela

ye-elektroniki