Upload
jarvis
View
66
Download
0
Embed Size (px)
DESCRIPTION
Microsoft ® Office Outlook ® 2007 Ukuqeqesha. Yiba sezingeni. Okuqukethwe kwekhozi. Ukubuka konke: Isihumusho esisha se-Outlook Isifundo 1: Yazi i-Ribbon Isifundo 2: Thola imiyalo yansuku zonke Isifundo 3: Thumela futhi wamukele izinanyathiselwa nezithombe. - PowerPoint PPT Presentation
Citation preview
Microsoft® Office Outlook® 2007 UkuqeqeshaYiba sezingeni
Okuqukethwe kwekhozi• Ukubuka konke: Isihumusho esisha se-Outlook
• Isifundo 1: Yazi i-Ribbon
• Isifundo 2: Thola imiyalo yansuku zonke
• Isifundo 3: Thumela futhi wamukele izinanyathiselwa nezithombe
Isifundo ngasinye sibandakanya uhla lwemisebenzi ephakanyiswayo kanye nesethi yemibuzo yokuvivinya.
Ukubuka konke: Isihumusho esisha se-Outlook
Qaphela! Kunesihumusho esisha se-Outlook.
Isakhiwo esisha nezici ezintsha kuzokusiza ufeze ngokuyikho nakalula imisebenzi oyenza nsuku zonke.
Izinjongo zekhozi• Hambahamba ku-Outlook 2007.
• Thola imiyalo ku-Ribbon bese wenza izinto ozenza nsuku zonke: funda uthumele i-imeyli, sebenza ngama-aphoyintimenti nemihlangano, futhi sebenzisa oxhumana nabo.
• Thumela futhi wamukele izithombe nezinanyathiselwa. Qinisekisa ukuthi abemukeli bazokwazi ukuvula amafayela ananyathiselwe asebenzisa amafomathi okukhulula amafayela e-2007 Microsoft Office entsha.
Isifundo 1
Yazi i-Ribbon
Yazi i-RibbonUma wakha ngokokuqala umyalezo kwi-Outlook 2007 (noma uvula owamukelayo), uzobona i-Ribbon.
Yibhendi enqamula phezulu ewindini.
Ikusiza ekwenzeni izinto kalula kakhudlwana nangezinyathelo ezimbalwa kakhudlwana.
I-Ribbon
Ikhalenda Oxhumana nabo Ibha Yokwenziwayo
Kwethulwa i-RibbonNanku umyalezo we-imeyli omusha. I-Ribbon iphezulu ewindini.
I-Ribbon iyabonakala njalo uma wakha noma uhlela okuthile ku-Outlook.
I-Microsoft yacwaninga ngokucophelela izindlela abantu abasebenzisa ngazo imiyalo ku-Outlook.
Ngenxa yalolo cwaningo, imiyalo ethile ye-Outlook igqame kakhudlwana, futhi imiyalo ejwayelekile ivezwa futhi iqoqwa ngezindlela ezenza kube lula ukuyithola nokuyisebenzisa.
Ekhaya Shutheka
Izinketho
Fomatha Umbhalo
Umbhalo Osemqoka
Namathisela Fomatha Isipendi
Kopisha
Sika
Ibhulk Lamakheli
Thumela
Ku
Cc…
Isihloko:
Sihlolisisa i-RibbonUkukusiza kangcono ufunde ukusebenzisa i-Ribbon, nanku umkhombandlela wokuhleleka kwayo okusemqoka.
1
2
3
Amathebhu: I-Ribbon yenziwe ngamathebhu ehlukene, iyinye ihlobene nezinhlobo ezithile zomsebenzi owenza ku-Outlook. Amaqoqo: Ithebhu ngayinye inamaqoqo amaningana akhombisa izinto ezihlobene ndawonye.Imiyalo: Umyalo yibhathini, ibhokisi lapho ungafaka khona ulwazi, noma imenyu.
Ekhaya Shutheka
Izinketho
Fomatha Umbhalo
Umbhalo Osemqoka Amagama
Namathisela Fomatha Isipendi
Kopisha
Sika
Ibhuku Lamakhe
li
Thumela
Ku
Cc…
Isihloko:
Ibhodi yokunamathisela
I-Ribbon ikhombisa okudingayoFuthi, uzohlangana ne-Ribbon uma wenza izenzo ezithile njengokwakha imiyalezo, ukubhala kwikhalenda, noma oxhumana nabo.
I-Ribbon iveza amathebhu nemiyalo okuqondene nokwenzayo.
Okusho ukuthi, amathebhu ku-Ribbon azohluka kuye ngendawo ku-Outlook osebenza kuyo.
Isithombe siveza okunye kwalokhu okwehlukile.
1
2
3
Umyalezo omusha uveza Umyalezo namathebhu e-Izinketho.
I-aphoyintimenti entsha iveza ithebhu ye-Aphoyintimenti. I-aphoyintimenti entsha iveza ithebhu ye-Oxhumana nabo.
I-Ribbon ikhombisa okudingayo
Kungaphezu kokubonayoUmcibisholo omncane phansi eqoqweni usho ukuthi kunokunye ngaphezu kokubonayo.
Leli bhathin i kuthiwa Isiqalisi Sebhokisi Lengxoxo.
Isithombe siveza ukuthi ukuze ubone uhlu olugcwele lwezinketho zamafonti, uzoqhafaza umcibisholo oseceleni kweqoqo Umbhalo Osemqoka kuthebhu Umyalezo yomyalezo omusha we-imeyli.
Ekhaya Shutheka
Izinketho
Fomatha Umbhalo
Umbhalo Osemqoka
Namathisela Fomatha IsipendiKopisha
Sika
Ibhuku Lamakhel
i
Thumela Ifonti Ukwehlukana Kwezinhlamvu
Ibhodi yokunamathisela
Ibha yamathuluzi yokuNgena NgokusheshaIBha yamathuluzi Yokungena Ngokushesha yibha yamathuluzi encane ngenhla kwe-Ribbon.
Yenza ukuthi imiyalo oyidinga noyisebenzisa kakhulu ihlale iseduze.
Yini enhle kakhulu ngeBha yamathuluzi Yokungena Ngokushesha? Okukuyona kukuwena.
Okushukuthi, ungafaka kuyo imiyalo yakho eyizintandokazi ngokuqhafaza kwesokudla kalula.
Ekhaya Shutheka
Izinketho
Fomatha Umbhalo
Umbhalo Osemqoka
Namathisela Fomatha
Isipendi
Kopisha
Sika
Ibhuku Lamakheli
Thumela
Ku
Cc…
Isihloko:
Ibhodi yokunamathisela
Ibha yamathuluzi yokuNgena NgokusheshaUzobona futhi usebenzise amaBha amathuluzi okuNgena Ngokushesha ehlukene kuye ngendawo ye-Outlook osebenza kuyo.
Isibonelo, ukwenza kwamukeleke Ibha yamathuluzi yokuNgena Ngokushesha kumiyalezo oyithumelayo ngeke kuvele kuBha yamathuluzi yokuNgena Ngokushesha yoXhumana nabo.
Ekhaya Shutheka
Izinketho
Fomatha Umbhalo
Umbhalo Osemqoka
Namathisela Fomatha
Isipendi
Kopisha
Sika
Ibhuku Lamakhel
i
Thumela
Ku
Cc…
Isihloko:
Ibhodi yokunamathisela
Okunye mayelana nezinkethoKu-Outlook 2007, usetha izinketho kuzindawo ezimbalwa ezihlukene.
Izinketho zokubhala i-email
Uma ufuna ukushintsha amasethingi akho okubhala i-e-mail—isibonelo, ukwenza isihlolimagama siyeke ukuziba amagama amakhulu—lokho ukwenza kwelithi Izinketho Zomhleli ibhokisi lengxoxo.
Umyalezo
Shutheka
Izinketho
Fomatha Umbhalo
Ibhokisi lengenayo – Microsoft Outlook
Ifayela
Hlela Buka Hamba Amathuluzi
Izenzo Usizo
Umyalezo Omusha Weposi
Gcina
Vala
Yakha Into Entsha ye-Outlook
Umyalezo WeposiI-aphoyintimentiIsicelo Somhlangano
Izinketho Zomhleli
Okunye mayelana nezinkethoKu-Outlook 2007, usetha izinketho kuzindawo ezimbalwa ezihlukene.
1
2
Chofoza ibhathini ye-Microsoft Office .
Qala ngokwakha umyalezo, bese wenza lokhu:
Chofoza Izinketho Zomhleli.
Umyalezo Shutheka
Izinketho
Fomatha Umbhalo
Ibhokisi lengenayo – Microsoft Outlook
Ifayela
Hlela Buka Hamba Amathuluzi
Izenzo Usizo
Umyalezo Omusha Weposi
Gcina
Vala
Yakha Into Entsha ye-Outlook
Umyalezo WeposiI-aphoyintimentiIsicelo Somhlangano
Izinketho Zomhleli
Okunye mayelana nezinkethoKu-Outlook 2007, usetha izinketho kuzindawo ezimbalwa ezihlukene.
Izinketho zokuthumela i-email
Uma uthumela umyalezo we-e-mail, ungakhetha ukuthi uthunyelwa kanjani umyalezo. Usetha lezi nketho kumathebhu atholakala ku-Ribbon yomyalezo ovuliwe.
Umyalezo
Shutheka
Izinketho
Fomatha Umbhalo
Ibhokisi lengenayo – Microsoft Outlook
Ifayela
Hlela Buka Hamba
Amathuluzi
Izenzo Usizo
Umyalezo Omusha Weposi
Gcina
Vala
Yakha Into Entsha ye-Outlook
Umyalezo WeposiI-aphoyintimentiIsicelo Somhlangano
Izinketho Zomhleli
Okunye okusha: Ibha YokwenziwayoItholakala kude kwesokudla sewindi, iBha Yokwenziwayo iyabonakala noma usebenza kuphi ku-Outlook.
Ibha Yokwenziwayo ikugadela imisebenzi nama-aphoyintimenti okuzayo.
Ibha YokwenziwayoJuni 2007
Kuhlelwe ngononina Ngu: Usuku Lokugcina
Thayipha umsebenzi omusha
Namuhla
Okunye okusha: Ibha YokwenziwayoItholakala kude kwesokudla sewindi, iBha Yokwenziwayo iyabonakala noma usebenza kuphi ku-Outlook.
Isithombe sibiza ezimbalwa zezimpawo zaso ezisemqoka:
1
2
3
Isihlwayi SezinsukuAma-aphoyintimenti ekhalenda ezayoIndawo yokufaka imisebenzi emisha ngokuthayiphaUhlu lwemisebenzi yakho
4
Ibha YokwenziwayoJuni 2007
Kuhlelwe ngononina Ngu: Usuku Lokugcina
Thayipha umsebenzi omusha
Namuhla
Ukubukeka okusha kwikhalendaUkwakhiwa kwekhalenda kwi-Outlook 2007 kwenza kube lula ukubona okwenzekayo.
Nokuhambahamba kulula futhi.
1
2
Amabhathini amakhulu enza kube lula ukushintsha kalula phakathi kokubonakalayo kwansukuzonke, kwamaviki wonke nokwanyanga zonke.
Amabhathini athi Emuva no Phambili enza udlulele kalula osukwini, evikini noma enyangeni okulandelayo kwikhalenda.
Isithombe siveza izibonelo ezithile:
Usuku Iviki Inyanga Veza Iviki Lomsebenzi Veza Iviki Eligcwele
Juni 04 - 08, 2007 Cinga kuKhalenda
uMsombuluko uLwesibili uLwesithathu uLwesine
Veza Imisebenzi mhlaka: Usuku Lokugcina
Imis
eben
zi
9:00
Ukubukeka okusha kwikhalendaUkwakhiwa kwekhalenda kwi-Outlook 2007 kwenza kube lula ukubona okwenzekayo.
Nokuhambahamba kulula futhi.
3 Indawo ye-Imisebenzi ikhombisa imisebenzi yakho yamanje nezayo futhi ilandela okufezile.
Isithombe siveza izibonelo ezithile:
Usuku Iviki Inyanga Veza Iviki Lomsebenzi Veza Iviki Eligcwele
Juni 04 - 08, 2007 Cinga kuKhalenda
uMsombuluko uLwesibili uLwesithathu uLwesine
Veza Imisebenzi mhlaka: Usuku Lokugcina
Imis
eben
zi
9:00
Ukubukeka okusha koxhumana naboKu-Outlook 2007, Amabhizinisi Khadi e-Elekthronikhi enza kube lula ukubuka oxhumana nabo nokubahlanganyela.
Chofoza Oxhumana nabo uukshintshela endaweni ye-Outlook.
Ungathumela Amakhadi Ebhizinisi e-Elekthronikhi nge-email. Ungafuna ukufaka elakho Ikhadi Lebhizinisi le-Elekthronikhi njengesignisha yakho ye-email.
Oxhumana nabo
Iwin
jana
Lok
uzul
azul
a
Katie Jordan
Pia Lund Richard Tupy
Gundrun Jörgensen
Jordan, Katie
Lund, Pia
Jörgensen, Gundrun
Tupy, Richard
Ukubukeka okusha koxhumana naboQaphela ukuthi kule sithombe, Iwinjana Lokuzulazula lincishisiwe ukuveza elithe xaxa ifasitelana laBathintwayo.
Unganciphisa Ifasitelana Lokuhlwaya kunoma iyiphi indawo ye-Outlook ngokuqhafaza ibhathini le-Iwinjana Lokuzulazula.
Oxhumana nabo
Iwin
jana
Lok
uzul
azul
a
Katie Jordan
Pia Lund Richard Tupy
Gundrun Jörgensen
Jordan, Katie
Lund, Katie
Jörgensen, Gundrun
Tupy, Richard
Iziphakamiso zokuzilolonga1. Yakha umyalezo bese ubona i-Ribbon.
2. Vula umyalezo bese ubona i-Ribbon lomyalezo owamukelwe.
3. Setha izinkento zezinhlelo, izinketho zomhleli wama-email, nezinketho zemiyalezo ye-email.
4. Hlolisisa iBha Yokwenziwayo ubone ukuthi ungayenza kanjani ijwayeleke.
5. Cinga kukhalenda yakho ubuke oxhumana nabo esibukweni esisha samaBhizinisi Khadi (mawuthanda).
Isivivinyo 1, umbuzo 1I-Ribbon izofana kumyalezo omusha we-email nakumyalezo we-email owamukelwe. (Khetha eyodwa impendulo.)
1. Yiqiniso.
2. Yiphutha.
Isivivinyo 1, umbuzo 1: ImpenduloYiphutha.
Okuku-Ribbon kuzokwehluka ngoba izidingo zakho zokubhekana nemiyalezo ye-email emisha neyamukeliwe zizohluka.
Isivivinyo 1, umbuzo 2Usungene kwikhalenda futhi usulungele ukuhlolisisa. Ukwenza isikhala esithe xaxa ewindini le-Outlook, yikuphi kokulandelayo ongakwenza ngaphakathi ku-Outlook? (Khetha eyodwa impendulo.)
1. Sebenzisa amabhathini aphezulu ukufihla imininingwane.
2. Nciphisa Ifasitelana Lokuhlwaya.
3. Shintsha amasethingi okucaca esibuko sakho.
Isivivinyo 1, umbuzo 2: ImpenduloNciphisa Ifasitelana Lokuhlwaya.
Kule sihumusho se-Outlook, unganciphisa Ifasitelana Lokuhlwaya ngokuqhafaza ibhathini le-Nciphisa Ifasitelana Lokuhlwaya.
Isifundo 2
Thola imiyalo yansuku zonke
Thola imiyalo yansuku zonkeUfakelwe i-Outlook 2007 futhi uke wazinika isikhathi wafunda ngezinye izindlela ehluke ngazo kuzihumusho zangaphambili.
Manje yisikhathi sokusebenza.
Ngabe kuzoba lula ukwenza izinto odinga ukuzenza ku-Outlook?
Lesi fundo sizokukhombisa ukuthi impendulo ngu yebo.
Yakha umyalezo omushaYisikhathi sokubhala nokuthumela umyalezo wakho wokuqala we-email ngokusebenzisa entsha i-Outlook.
Udingani ukuze wazi?
Kumyalezo omusha, qala ngokuhambisana ne-Ribbon. Ithebhu yo Myalezo iphezulu, nemiyalo ongase uyisebenzise njalo uma wakha futhi uthumela umyalezo.
Ekhaya Shutheka
Izinketho
Fomatha Umbhalo
Umbhalo Osemqoka
Namathisela Fomatha Isipendi
Kopisha
Sika
Thumela
Ku
Cc…
Isihloko:
Ibhodi yokunamathisela
Ibhokisi lengenayo
OkushaI-
Yakha umyalezo omushaUkusebenzisa amanye amathebhu
Isibonelo, uku shutheka isithombe ukuze sibonakale siqondene nombhalo womyalezo wakho (hhayi njengesinanyathiselwa esiseceleni), kuzodingela ushintshele kuthebhu ethi Shutheka.
Uma unenkinga ekutholeni umyalo noma ibhathini, kungadingeka ubheke kwenye ithebhu.
Ibhodi yokunamathisela
Ekhaya Shutheka
Izinketho
Fomatha Umbhalo
Umbhalo Osemqoka
Namathisela Fomatha Isipendi
Kopisha
Sika
Thumela
Ku
Cc…
Isihloko:
Ibhodi yokunamathisela
Ibhokisi lengenayo
OkushaI-
Sebenzisa Ibhuku Lamakheli ukwengeza abamukeli
Sebenzisa Ibhuku Lamakheli ukwengeza amagama ezinkundleni ezithi Ku, Cc, no- Bcc .
Uzothola umyalo we-Ibhuku Lamakheli kuthebhu ethi Umyalezo.
Ekhaya Shutheka
Izinketho
Fomatha Umbhalo
Namathisela Fomatha Isipendi
Kopisha
Sika
Ibhuku Lamakhel
i
Thumela
Ku
Cc…
Isihloko:
Ibhodi yokunamathisela
Umbhalo Osemqoka
Veza noma fihla inkundla ethi BccUma ukhetha ukuthayipha amakheli e-email ngqo kumabhokisi athi Ku no-Cc, ungafuna ukwazi futhi ukuthi ivezwa kanjani inkundla ethi Bcc ukuze nakuyona uthayiphe amagama.
Isithombe siveza indawo yomyalo we- Veza i-Bcc.
Njengoba ubona, uzokuthola kuthebhu ethi Izinketho.
Umyalezo Shutheka
Izinketho
Fomatha Umbhalo
Thumela
Ku
Cc…
Isihloko:
Bcc…
Veza I-Bcc
Veza Kuvela
Izinkundla
Faka isignisha yakhoUyathanda na ukusebenzisa isignisha yakho ye-email esiphethweni semiyalezo yakho ye-Outlook?
Amasignisha e-email angabamba iqhaza ekuhlinzekeni ngolwazi lokuxhumana, okwenza ubuwena noma inkampani yakho kucace ngokushesha, futhi kusize ekuphetheni imiyalezo ngendlela efanele.
Thumela
Ku
Cc…
Isihloko:Thumela
Ku
Cc…Isihloko:
Thumela
Ku
Cc…
Isihloko:
Sala kahle PIA LUNDUmqondisi WezokumakethaContoso Ltd.612-555-0189 (w)612-555-1090 (m)
Okumhlophe Pia
Ozithobayo,Pia Lund
Faka isignisha yakhoUngashintsha amasignisha akhona noma wakhe amasha, noma usethe isignisha ehleliwe.
Isithombe siveza okulandelayo okuzokwenzeka:
1
2
Uma uke wawakha amasignisha ngaphambili, uzowabona ekleliswe lapha.
Ukwakha amasignisha amasha, ukusetha isignisha ehleliwe, noma ukuguqula amasignisha akhona, chofoza Amasignisha.
Qala ngokuqhafaza umcibisholo ongezansi komyalo we-Isignisha.
Umyalezo Shutheka
Izinketho
Fomatha Umbhalo
Umbhalo Osemqoka Faka
Ibhuku Lamakheli
Hlola Amagama
Namathisela Ifayela
LandelaUmkhondo
Ibhizinisi Khadi
Ikhalenda Isignisha
IbhizinisiOkuqondene nawe
Amasignisha...
Amagama
Sebenzisa amaflegi nezikhumbuziAmaflegi nezikhumbuzi kungasiza wena nabanye nikhumbule ukwenza izinto.
Ukwengeza iflegi, isikhumbuzo, noma kokubili uma wakha umyalezo, qala ngokuqhafaza Landela Umkhondo eqoqweni Izinketho lomyalezo omusha.
Thumela
Ku
Cc…
Isihloko:
KusasaNamuhla
LandelaUmkhondo
Kuleli Viki
Ngeza isikhumbuziSusa Iflegi
Iflegi Labemukeli
Ibhokisi lengenayo
Amagama Namathisela IfayelaFaka
Sebenzisa amaflegi nezikhumbuziZilandelele wena umkhondo
Ukuqinisekisa ukuthi uyakhumbula ukwenza lokho, zifakele wena iflegi kumyalezo ngokuqhafaza Landela Umkhondo bese uqhafaza Kusasa.
Umyalezo ufakwa iflegi bese wengezwa oHlwini Lokwenziwayo ku-Imisebenzi. Uvela futhi njengento kweyakho Ibha Yokwenziwayo.
Ake sithi uthumela umyalezo kuzakweni othi “Ngizolandela umkhondo wakho kusasa.”
Thumela
Ku
Cc…
Isihloko:
KusasaNamuhla
LandelaUmkhondo
Kuleli Viki
Ngeza isikhumbuziSusa Iflegi
Iflegi Labemukeli
Ibhokisi lengenayo
Amagama Namathisela IfayelaFaka
Sebenzisa amaflegi nezikhumbuziLandela umkhondo kamamukeli
Ngaphambi kokuthumela umyalezo, uyacacisa ukuthi ufuna umemukeli akhunjuzwe nini ukulandela umkhondo wakho.
Njengoba sikhombisa isithombe, umyalezo owamukelwe uzobandakanya iflegi nophawu lwensimbi. Uma nje umemukeli esawugcinile umyalezo ebhokisini lakhe leposi le-Outlook, kuzovezwa isikhumbuzi ngesikhathi osishoyo.
Unganamathisela futhi iflegi lokulandela umkhondo labemukeli bakho ngokusebenzisa umyalo othi Iflegi Labemukeli, eligqanyisiwe esithombeni.
Thumela
Ku
Cc…
Isihloko:
KusasaNamuhla
LandelaUmkhondo
Kuleli Viki
Ngeza isikhumbuziSusa Iflegi
Iflegi Labemukeli
Ibhokisi lengenayo
Amagama
Namathisela IfayelaFaka
Phendula umyalezo I-email ayigcini nje ngokuthumela kuphela...
...imayelana futhi nokwamukela nokuphendula.
Uma uphendula kumyalezo ovuliwe, uzosebenzisa amabhathini eqoqweni Phendula kuthebhu Umyalezo ye-Ribbon.
Uzoqaphela ukuthi okukwi-Ribbon kumbiko owamukelwe kwehlukile kulokho okukuyona komyalezo omusha weposi.
Umyalezo
Phendula
Phendulakubo Bonke
Dlulisa Sula Hambisa kuFolda
Yakha Umtheth
o
Ezinye Izenzo
Isithumeli Samabhlok
hiPhendula Izenzo I-Imeyli EngadingekiKuvela
ku:Ku:Cc…Isihloko:
Whoops! Udinga ukubuyisa umyalezo?Usanda kuthumela umyalezo bese ukhumbula ukuthi kunomniningwane osemqoka ongalungile.
Uma usebenzisa i-Microsoft Exchange Server ku-email yakho, ungakwazi ukubuyisa umyalezo osanda kuwuthumela.
Uma uthatha le sinyathelo ngaphambi kokuba umemukeli awufunde umyalezo, ukuwubuyisa kuzokuvumela ukuba uthumele isihumusho esilungisiwe kulowo muntu bese ugwema ukuphoxeka obekungenzeka.
Umyalezo
Sula Hambisa kuFolda
Yakha Umtheth
o
Ezinye Izenzo
IzenzoKuvela ku:Ku:Cc…Isihloko:
Isithumeli Samabhlok
hiI-Imeyli Engadingeki
I-Mail
Izinto Ezithunyeliwe
Wonke Amafolda EposiZonke izinto Zeposi
Ibhokisi lengenayoIbhokisi LephumayoIzinto Ezithunyeliwe
Cinga izinto EzithunyelweKuhlelwe ngononina Ngu: Usuku
Hlela Umyalezo
Buyisa Lo myalezo
Thumela kabusha Lo myalezoGcina izinanyathiselwa
Whoops! Udinga ukubuyisa umyalezo?Usanda kuthumela umyalezo bese ukhumbula ukuthi kunomniningwane osemqoka ongalungile.
Nakhu okumele ukwenze:
1
2
Ku-Ifasitelana Lokuhlwaya, chofoza Izinto Ezithunyeliwe ukushintshela kuleyo folda.
Kufolda ye-Izinto Ezithunyeliwe, chofoza kabili umyalezo ofuna ukuwubuyisa ukuze uvuleke.
Umyalezo
Sula Hambisa kuFolda
Yakha Umtheth
o
Ezinye Izenzo
IzenzoKuvela ku:Ku:Cc…Isihloko:
Isithumeli Samabhlok
hiI-Imeyli Engadingeki
I-Mail
Izinto Ezithunyeliwe
Wonke Amafolda EposiZonke izinto Zeposi
Ibhokisi lengenayoIbhokisi LephumayoIzinto Ezithunyeliwe
Cinga izinto EzithunyelweKuhlelwe ngononina Ngu: Usuku
Hlela Umyalezo
Buyisa Lo myalezo
Thumela kabusha Lo myalezoGcina izinanyathiselwa
Whoops! Udinga ukubuyisa umyalezo?Usanda kuthumela umyalezo bese ukhumbula ukuthi kunomniningwane osemqoka ongalungile.
Nakhu okumele ukwenze:
3 Kumyalezo ovuliwe, chofoza Ezinye Izenzo eqoqweni Izenzo, bese uqhafazaBuyisa Lo myalezo.
Umyalezo
Sula Hambisa kuFolda
Yakha Umtheth
o
Ezinye Izenzo
IzenzoKuvela ku:Ku:Cc…Isihloko:
Isithumeli Samabhlok
hiI-Imeyli Engadingeki
I-Mail
Izinto Ezithunyeliwe
Wonke Amafolda EposiZonke izinto Zeposi
Ibhokisi lengenayoIbhokisi LephumayoIzinto Ezithunyeliwe
Cinga izinto EzithunyelweKuhlelwe ngononina Ngu: Usuku
Hlela Umyalezo
Buyisa Lo myalezo
Thumela kabusha Lo myalezoGcina izinanyathiselwa
Yenza isikhathi ukhumbule nokwenza izintoI-Outlook ayigcini nje ngokuthumela kuphela.
Imayelana futhi nokuhlela isikhathi sakho, okwenza kukhalenda.
Uma wakha noma uvula into kukhalenda yakho, uzobona ukuthi i-Ribbon iveza amaqoqo nemiyalo elungele ukukusiza ulawule isikhathi sakho.
I-aphoyintimen
ti
Shutheka
Fomatha Umbhalo
Izenzo Veza
Gcina bese Uvala
Mema Abahambeli
I-aphoyintiment
i
Ukuhlelela
Khombisa NjengeIsikhumbuzi
Bhizi
Isihloko:
Indawo:
Isikhathi sokuqala:
Isikhathi sokuqeda:
15 imizuzuLutho0 imizuzu5 imizuzu10 imizuzu15 imizuzu30 imizuzu1ihora2 amahora3 amahora
Yenza isikhathi ukhumbule nokwenza izintoUma wakha noma nhloboni okuzofakwa kukhalenda, isikhumbuzi sisethwa ngokuzenzekela.
Ukushintsha isikhathi sokukhumbuza i-aphoyintimenti:
1
2
Kuthebhu I-Aphoyintimenti, chofoza umcibisholo ukuvula uhlu lwe-Isikhumbuzi bese ukhetha isikhathi.
Uma usulwenzile ushintsho, chofoza Gcina bese Uvala kude esinxeleni se-Ribbon.
I-aphoyintimen
ti
Shutheka
Fomatha Umbhalo
Izenzo Veza
Gcina bese Uvala
Mema Abahambeli
I-aphoyintiment
i
Ukuhlelela
Khombisa NjengeIsikhumbuzi
Bhizi
Isihloko:
Indawo:
Isikhathi sokuqala:
Isikhathi sokuqeda:
15 imizuzuLutho0 imizuzu5 imizuzu10 imizuzu15 imizuzu30 imizuzu1ihora2 amahora3 amahora
Ngabe ufuna ukwakha umhlangano? Mema abanye
Okuzokulungela yi-aphoyintimenti.
Uma kubandakanyeka nabanye, yakha umhlangano.
1
2
Kuthebhu ye-Aphoyintimenti, chofoza Mema Abahambeli.Kuvela ibhathini nebhokisi okuthi Ku. Thayipha amagama ngqo ebhokisini noma chofoza ibhathiniKu ukwengeza abamenywa ngokukhetha ohlwini.
I-aphoyintimen
ti
Gcina bese Uvala
Mema Abahambeli
Shutheka
Fomatha Umbhalo
I-aphoyintimenti
Ukuhlelela
Khombisa Njenge
Isikhumbuzi
Bhizi
15 imizuzu
Umhlangano Shutheka
Fomatha Umbhalo
IkhalendaSula
DlulisaI-aphoyintimenti Ukuhlelela I-Workspa
yomhlangano
Izenzo Veza
Ku
Khansela isimemo
Ngabe ufuna ukwakha umhlangano? Mema abanye
Okuzokulungela yi-aphoyintimenti.
Uma kubandakanyeka nabanye, yakha umhlangano.
3 Uma usuyifakile yonke imininingwane yomhlangano, chofoza Thumela ukuthumela isimemo kwabanye abahlanganyeli kumhlangano.
I-Workspa yomhlanga
no
I-aphoyintimen
ti
Gcina bese Uvala
Mema Abahambe
li
Shutheka
Fomatha Umbhalo
I-aphoyintimenti
Ukuhlelela
Khombisa Njenge
Isikhumbuzi
Bhizi
15 imizuzu
Umhlangano Shutheka
Fomatha Umbhalo
IkhalendaSula
DlulisaI-aphoyintimenti Ukuhlelela I-Workspa
yomhlangano
Izenzo Veza
Ku
Khansela isimemo
Sebenza noxhumana nayeUma uvula noma uhlela oxhumana naye, uzosebenzisa amabhathini eqoqweni Veza ukuveza noma ukufihla olunye ulwazi mayelana noxhumana naye.
Isibonelo, Uma ufuna ukuqaphela usuku lokuzalwa noma lomgubho loxhumana naye, chofoza ibhathini Imininingwane bese ukhetha usuku olufanele eceleni kwe Usuku lokuzalwa noma Usuku lokukhunjulwa.
Oxhumana naye Shutheka
Fomatha Umbhalo
Okujwayelekile
Imininingwane
Izitifiketi
Zonke Izinkundla
Okwenziwayo
Igama Eligcwele...
Inkampani
Isihloko somsebenzi:
Faka kufayela njenge:
I-Imeyli...I-Internet
Iziphakamiso zokuzilolonga1. Sebenzisa Ibhuku Lamakheli ne-Bcc.
2. Hlola ispelingi nemithetho yolimi.
3. Bheka amasignisha.
4. Ngeza iflegi lokulandelisa.
5. Phendula umyalezo; buyisa umyalezo (mawuthanda).
6. Hlelela i-aphoyintimenti bese usetha isikhumbuzi.
7. Yakha oxhumana naye omusha.
8. Hlela ikhadi lebhizinisi.
Isivivinyo 2, umbuzo 1Ukuqala umyalezo omusha, usebenzisa i-Ribbon. (Khetha eyodwa impendulo.)
1. Yiqiniso.
2. Yiphutha.
Isivivinyo 2, umbuzo 1: ImpenduloYiphutha.
Wakha umyalezo njengoba uhlala wenza.
Isivivinyo 2, umbuzo 2Yikuphi kokulandelayo okukuvumela ukuba uveze noma ufihle ngokushesha inkundla ye-Bcc kumyalezo? (Khetha eyodwa impendulo.)
1. Ibhuku Lamakheli.
2. Ibha yamathuluzi yokuNgena Ngokushesha.
3. Ibhathini Veza i-Bcc kuthebhu ye-Izinketho.
Isivivinyo 2, umbuzo 2: ImpenduloIbhathini Veza i-Bcc kuthebhu Izinketho.
Isifundo sokugcina sichaze ukuthi ku-Outlook unezinketho eziningi. Uthola ibhathini kuthebhu eliqondene nezinketho zomyalezo, ithebhu Izinketho.
Isivivinyo 2, umbuzo 3Usanda kuthumela umyalezo onephutha elibi manje ufuna ukuwubuyisa. Yini isinyathelo sokuqala? (Usuyazi ukuthi usebenzisa i-Microsoft Exchange Server.) (Khetha eyodwa impendulo.)
1. Ewindini elikhulu le-Outlook, chofoza Buyisa Lo Myalezo kumenyu Izenzo.
2. Thola uvule umyalezo kufolda Izinto Ezithunyelwe .
3. Thola ukhethe umyalezo kufolda Izinto Ezithunyelwe .
Isivivinyo 2, umbuzo 3: ImpenduloThola uvule umyalezo kufolda Izinto Ezithunyelwe.
Uzovula umyalezo ku Izinto Ezithunyelwe, bese usebenzisa umyalelo ku-Ribbon: Chofoza Ezinye Izenzoeqoqweni Izenzo, bese uqhafaza Buyisa Lo Myalezo.
Isifundo 3
Thumela futhi wamukele izinanyathiselwa nezithombe
Thumela futhi wamukele izinanyathiselwa nezithombe
Ukuthumela nokwamukela amafayela ananyathiselwe ku-Outlook 2007.
Uma wamukela izithombe ezinanyathiselwe noma amafayela e-Microsoft Office, uzokwazi ukusebenzisa Isihloli Kuqala Sezinanyathiselwa ukuhlola kuqala lezo zinanyathiselwa phakathi kwiFasitelana Lokufunda le-Outlook.
Futhi uma uthumela izithombe, i-Ribbon izokusiza uzithumele ngendlela oyifunayo.
Faka isinanyathiselwaUkufaka idokhumenthi enanyathiselwe noma isithombe kumyalezo wakho sekulula kunakuqala.
Njengoba uhlala wenza, uzoqala ngokwakha umyalezo omusha. Bese usebenzisa umyalo Namathisela Ifayela ku-Ribbon.
Umyalezo Shutheka
Izinketho
Fomatha Umbhalo
Faka
Namathisela Ifayela
Namathisela Into
Ikhadi Lebhizinisi
Ikhalenda
Isignisha
Faka isinanyathiselwaLapho uzothola khona u-Namathisela Ifayela
Isithombe siwuveza kuthebhu Shutheka.
Ukubandakanya isinanyathiselwa wumsebenzi ovamile, ngakhoke uzothola Namathisela Ifayela kuthebhu ye Umyalezo nethebhu ye-Shutheka.
Faka
Umyalezo Shutheka
Izinketho
Fomatha Umbhalo
Namathisela Ifayela
Namathisela Into
Ikhalenda
IsignishaIkhadi Lebhizini
si
Faka isinanyathiselwaNgeke unamathisele noma yini
Lokhu kuziphatha akushintshanga kokwezihumusho zangaphambili.
Nokho, mhlawumbe uzothanda ukwazi ukuthi ezinye izinhlobo zamafayela ezazivinjiwe manje sezivunyelwe futhi ezinye izinhlobo ezintsha sezengezwe ohlwini lokuvinjiwe.
I-Outlook izovimba izinhlobo ezithile zezinanyathiselwa zamafayela.
Faka
Umyalezo Shutheka
Izinketho
Fomatha Umbhalo
Namathisela Ifayela
Namathisela Into
Ikhalenda
IsignishaIkhadi Lebhizini
si
Faka isithombe siqondane nombhaloKu-Outlook, kulula ukuthumela izithombe emzimbeni wemiyalezo yakho ye-email esikhundleni sokuthi zibe amafayela aseceleni.
1
2
Chofoza umyalelo Isithombe kuthebhu Shutheka .
Njengoba kuveziwe kumdwebo, uzobona isithombe emzimbeni womyalezo.
Ukwenza lokhu:
Umyalezo Shutheka
Izinketho
Isithombe
Imidwebo
Zinike lesi thombe: amathebhu afikayo abuye ahambe
Ukudingidwa kwezithombe kunika ithuba lokuchaza enye into nge-Ribbon:
Amanye amathebhu avela kuphela uma wenza imisebenzi ethile.
1
2
3
Khetha isithombe osishutheke kumyalezo...
…uzobona ukuthi Amathuluzi Ezithombe kuyavela ku-Ribbon.
Ithebhu Fomatha ibandakanya imiyalo ongayisebenzisa ukuhlela isithombe ngaphambi kokusithumela.
Isibonelo, uma u:
Umyalezo Shutheka
Izinketho
Fomatha Umbhalo
Izitayela Zezithombe
Lungisa Hlela ngononina
Hlola kuqala izinanyathiselwa ngaphambi kokuzivula
Ku-Outlook 2007, ungamukela izinanyathiselwa.
Amanye amafayela ananyathiselwe angahlolwa kuqala kwiFasitelana Lokufunda.
Ake sithi othile ukuthumelela imidwebo emibili ye-Microsoft Office Visio® njengezinanyathiselwa, kodwa ufuna kuphela lowo okhombisa indlu entsha yokuqeqesha ebhilidini lakho.
Unganquma kanjani ngokushesha ukuthi yiliphi ifayela okumele ulivule noma uligcine kuhadidiski yakho?
Ibhokisi lengenayoCinga Ebhokisini lengenayo
Namuhla
Umyalezo
Kuthunyelwe:
Ku::
25V_B8.vsd (219 KB) 25V_B8.vsd (219 KB)
Umyalezo 25V_B8.vsd (219 KB) 25V_B8.vsd (219 KB)
Hlola kuqala izinanyathiselwa ngaphambi kokuzivula
Njengoba siveza isithombe, ukuhlola kuqala izinanyathiselwa kungaba yimpendulo yakho.
Ukuhlola kuqala izinanyathiselwa kukuvumela ukuba uveze ukuhlola kuqala kwezinhlobo ezithile zamafayela kuFasitelana ngqo Lokufunda le-Outlook. Ungakwenza lokhu ngaphandle kokuthi uvule amafayela ananyathiselwe.
Ukuhlola kuqala isinanyathiselwa, chofoza uphawu lwaso. Ukuhlola kuqala izinanyathiselwa kuvela kuFasitelana Lokufunda.
Ibhokisi lengenayoCinga Ebhokisini lengenayo
Namuhla
Umyalezo
Kuthunyelwe:
Ku::
25V_B8.vsd (219 KB) 25V_B8.vsd (219 KB)
Umyalezo 25V_B8.vsd (219 KB) 25V_B8.vsd (219 KB)
Iziphakamiso zokuzilolonga1. Namathisela ifayela kumyalezo ulithumele kuwena.
2. Shutheka isithombe silingane nombhalo womyalezo wakho.
3. Hlola kuqala isinanyathiselwa.
4. Bona ukuthi yiziphi izihloli kuqala ozifakile (mawuthanda).
Isivivinyo 3, umbuzo 1Usifaka kanjani isithombe silingane nombhalo womyalezo wakho? (Khetha eyodwa impendulo.)
1. Sebenzisa ifomathi ye-Rich Text.
2. Sebenzisa umyalo we-Ifayela kuthebhu Shutheka.
3. Sebenzisa umyalo we-Isithombe esivela Kufayela kuthebhu Shutheka.
Isivivinyo 3, umbuzo 1: ImpenduloSebenzisa umyalo Isithombe Esivela Kufayela kuthebhu Shutheka.
Isivivinyo 3, umbuzo 2Wamukele umyalezo onezinanyathiselwa zezithombe ze-JPEG. Iyiphi indlela eshesha kunazo zonke yokuthola ukuthi uyafuna yini ukugcina izinanyathiselwa? (Khetha eyodwa impendulo.)
1. Vula umyalezo bese uqhafaza kabili uphawu lomyalezo ngamunye.
2. Chofoza izimpawu zezinanyathiselwa kuFasitelana Lokufunda.
3. Chofoza kwesokudla uphawu lwesinanyathiselwa, bese uqhafaza u Vula.
Isivivinyo 3, umbuzo 2: ImpenduloChofoza izimpawu zezinanyathiselwa kuFasitelana Lokufunda.
Ukuqhafaza izimpawu zezinanyathiselwa kuzokuvumela ubone ukuhlola kuqala kwezithombe, esisodwa ngesikhathi, phakathi kuFasitelana Lokufunda. Lelisu lizosebenza nakwezinye izinhlobo zezinanyathiselwa: Izethulo ze-PowerPoint, amadokhumenti e-Word, noma amabhuku okusebenza e-Excel, ukubala okumbalwa.